Isifo segciwane leKhorona noma i-COVID-19 yisifo esithelelanayo esidalwa yigciwane elisha elibizwa nge-SARS-CoV-2. UBANI OSENGCUPHENI ENKULU? Abantu abaningi (cisho ama-80%) bayasinda kwi- COVID- 19 ngaphandle kokudinga ukwelashwa okukhethekile. Cishe umuntu o-1 kwabayisi- ugula kakhulu abe nenkinga yokuphefumula.